Distance

Song

Distance

Lyrics

('Mawungekho) (Ngizizwa ngingaphelele) Iyi Iye-ye-ye-ye Iye-ye-ye Iyi Iye-ye-ye-ye Sengize nginyanya ledistance ehlukanisa mina naye Udali ngim'khumbule Ubobuya dali kuyabanda 'Mawungekho Ngizizwa ngingaphelele Sengize nginyanya ledistance ehlukanisa mina naye Udali ngim'khumbule Ubobuya dali kuyabanda 'Mawungekho Ngizizwa ngingaphelele Lisixosh' ilanga lize l'shone Kuvel' ilanga lak'sasa ngim'bone Hay' umzwangedwa usung'bulele Ang'sakhoni Cha anginawoni Ubobuya dali, ubobuya Hay' ubobuya Lisixosh' ilanga lize l'shone Kuvel' ilanga lak'sasa ngim'bone Hay' umzwangedwa usung'bulele Ang'sakhoni Cha anginawoni Ubobuya dali, ubobuya Hay' ubobuya Sengize nginyanya ledistance ehlukanisa mina naye Udali ngim'khumbule Ubobuya dali kuyabanda 'Mawungekho Ngizizwa ngingaphelele Sengize nginyanya ledistance ehlukanisa mina naye Udali ngim'khumbule Ubobuya dali kuyabanda 'Mawungekho Ngizizwa ngingaphelele Kub'hlungu ukwazi ukuthi wen' unomuntu Inkinga awuk'boni Ayaphel' amalanga Ayashon' amalanga Sengidlal' inkumbulo Ubobuya dali kuyabanda 'Mawungekho Ngizizwa ngingaphelele Ubobuya dali kuyabanda 'Mawungekho Ngizizwa ngingaphelele Sengize nginyanya ledistance ehlukanisa mina naye Udali ngim'khumbule Ubobuya dali kuyabanda 'Mawungekho Ngizizwa ngingaphelele Sengize nginyanya ledistance ehlukanisa mina naye Udali ngim'khumbule Ubobuya dali kuyabanda 'Mawungekho Ngizizwa ngingaphelele Iyi Iyeyeye Iyeyeye

Lyrics provided by LRCLIB.

Popular by Zulu Queens