Before

Song

Before

Sjava · Isina Muva (Gold Deluxe) · 2017 · 4:02

Lyrics

(Before!) (Before!) (Before!) Bewungek' ukhulume ngami Ngale ndlel' okhuluma ngayo (Before!) Before bewungihlonipha (Before!) Bewuhlal' ungitshela njal' Ukuth' uyangthand Kodwa manje Sengiya' celela Kodwa manje angisatshelwe Sengiya' celela Ubobhasobha mah Uzoth' umunt' uyakuthanda Kant' uyakuhalela Uzoth' uthando Kant' inkanuko Koth' angakuthol' akufunayo Uthando lushabaalale nje ngama zolo ebon' ilanga Ngabe ng'sak fanalela (Before!) Bewungek' ukhulume ngami Ngale ndlel' okhuluma ngayo (Before!) Before bewungihlonipha (Before!) Bewuhlal' ungitjela njal' Ukuth' uyangthand Kodwa manje Sengiya' celela Kodwa manje angisatshelwa Sengiya' celela Kanti yin' eyenz' ukuthi umuntu aqamb' amanga Sibadala masingaka, hay ungazodlala Mas' uthol' omuny' ongcono k'nam kumel' ukungitjele Thando lwami please ngicel' ungbuyisele Ngeke ngize ngivume Udlale ngemizwa yami Ngeke ngize ngivume Ngothando lwami Ngeke ngize ngivume Uchithe isikhathi sami Baning' abafuna lothando (Before!) Bewungek' ukhulume ngami Ngale ndlel' okhuluma ngayo (Before!) Before bewungihlonipha (Before!) Bewuhlal' ungitshela njal' Ukuth' uyangthand Kodwa manje Sengiya' celela ngeke Kodwa manje angisatshelwa Sengiya' celela ngeke

Lyrics provided by LRCLIB.

Popular by Sjava