
Lyrics
Ake ngiqale ngokuthi "rest in peace" baba Pro
Mkhize Khabazela
Ekamavovo izele intombi
Ngizosho ngiphelele la
NgesikaMageba ayiqedwa inkosi
Basabhukuda esizibeni sakho
Kusasenzima ukushintsha iflow
Dear baba Pro
Ngikubhalele lencwadi
Iphethwe izingilosi
Asithembe izofika ngesikhati
Sakhala sathulisa izinyembenzi
Sagcwala ikasi
Wawusishaya ngaphakathi ngeflow
Kodwa singaphalazi
Khabazela ngiyakhumbula kuwe akekho obengabuyi
Wawuyinjilabukhoqwa iflow uyiginqa nje kalula
Sabhekana usuyanquma
Kusheshe kuculw'uhalleluyah
Wawungenandaba no-brown
Umhlaba kuthiwa ugcwalisa isifuba
Mina ngiyazi
Number 1 Soweto boy
Abantu ba-blind, ngiyabazwela babengakuboni
Inkabi ayizumi
Khabazela ubungagobi
Udokotela, akekho ongathi ubungamjovi
Bathi woza uzobabona (Woza uzobabona)
Abantu bakhona (Abantu bakhona)
Bashaya izinto zakhona (Benzani?)
Vuli sekele (sekele)
Vuli sekele (sekele)
Bathi woza uzobabona (Woza uzobabona)
Abantu bakhona (Abantu bakhona)
Bashaya izinto zakhona (Benzani?)
Vuli sekele (sekele)
Vuli sekele (sekele)
Eish bengigicela bangasi-cram(i)
Bade, mpintshi
Nah, man - askies
Asidlali makuyistayela sakwiKing ayilali
Mara zista sbari, umcheese
Ayikabi chief
EMzansi bengiwuRonaldo ngaliMessi ipali
Khohlwa
Besibahlanyisa emaZone 6
Siphethe uCiti noCap lapha emaGold Reef
Essence Fest senza amasimba mara siba-lowkey
La ohamba khona ushiya amapasi, pro ink
Ande istradi besisukuma bade lami
Sibangena-tough, besifukuza bade lami
Noma u-grabba i-mic, bowukhuluma bade lami
Mabe bona mina ngizoba khumbuza bade lami
(Awuye!) Le-guide, oh
Inginkhumbuz' uP-R-O
(Awuye!) Injalo
Phela benimosha noBrigado
Bathi woza uzobabona (Woza uzobabona)
Abantu bakhona (Abantu bakhona)
Bashaya izinto zakhona (Benzani?)
Vuli sekele (sekele)
Vuli sekele (sekele)
Bathi woza uzobabona (Woza uzobabona)
Abantu bakhona (Abantu bakhona)
Bashaya izinto zakhona (Benzani?)
Vuli sekele (sekele)
Vuli sekele (sekele)
Ucava bani opthethe i-flow this deep?
Elokishini
Siyidlala kuze ku-blow i-speaker
Dope 16
Ngibhala then I go to sleep
I wanna make P-R-O
P-R-O-U-D
So to speak I'm finicky, I know these streets
The boys too fit, I'm standing on my own two feet
T-shirt ebhalwe hamba kahle, I hope you see
Bekungamelanga kube ubuso bukaPro kulesikibha
(Yeah) And you never got to see Covid
We'd have to vaccinate the virus 'coz you so sick
The throne is yours, aw'thi ngik'sulele is'tulo quick
None's changed, kusase uwe opheth'umbuso king
Bathi woza uzobabona (Woza uzobabona)
Abantu bakhona (Abantu bakhona)
Bashaya izinto zakhona (Benzani?)
Vuli sekele (sekele)
Vuli sekele (sekele)
Bathi woza uzobabona (Woza uzobabona)
Abantu bakhona (Abantu bakhona)
Bashaya izinto zakhona (Benzani?)
Vuli sekele (sekele)
Vuli sekele (sekele)
Lyrics provided by LRCLIB.
Popular by Big Zulu
#TitleAlbum

6:17








